Альбом:
Umqhele (2018)
Umama
Ng'khumbul'uma
Ak’savumi (Ng'khumbul'uma)
Ang'sakhoni ng'khumbul’uma
Ngith' ak'savumi ng'khumbul'uma
Sebeth' indod' endala kangaka ikhalel' umawayo
Tha bafwethu ngek' ni-understand
Ndod’ endala kangaka ikhalel’ umawayo
Tha bafwethu ngek' ni understand
Uyojabula mang’fika
Athi uShembe uyaphila
Kule'ngozi zom'gwaqo mntanami ng'yajabul' ufik' usaphila
Beka iy’khwama ke emsamo
Landi impepho kaGogo erondweni
Ng'phahle, ngikhulume nabadala, ng'batshele usemagcekeni
Imvul'iyana emakhaya
Ses'phelile amakhaza
Mawubuy' eGoli, cel' ung'phathel' i-heater ngoba ngempela uzong'ngcwaba
Yaz' uMa avunamahlaya
Ngeke ushone ng'sakuthanda
Kuyoba yis'busiso kimi ukuthi ubekhona mawami mang'shada
Ngob' uyokwazi thi ukung'bonisa
Masezing'buyela ngith'emshadweni
Ngoba uyokwazi uthu'ukung'duduza
Masezi ng'buyela ngth'emshadweni
Ang'sakhoni, ang'sakhoni, ang'sakhoni
Ngikhumbul'uma
Ang'sakhoni, ang'sakhoni, ang'sakhoni
Ngikhumbul'uma
Sebeth' indod' endala kangaka ikhalel'umawayo
Tha bafwethu ngek' ni-understand
Ndod' endala kangaka ikhalel'umawayo
Tha bafwethu ngek' ni-understand
Into eng'ythanda ngekhaya
Ukuthi ekhaya ak'ngwenwa ngemali (ngemali, yeah yeah)
Noma ng'ngasebenzi umama ung'thanda ngenkani
(Ungithanda ngingenalutho)
Noma umhlaba ungang'shaya
Uzong'thulisa athi "mtanam'ungakhali" (ungakhali)
Ubukek' ukhathale awuthi ngiland' ukudla baba hlalaphansi (hlala phansi)
Ang'sakhoni, ang'sakhoni, ang'sakhoni
Ngikhumbul'uma
Ang'sakhoni, ang'sakhoni, ang'sakhoni
Ngikhumbul'uma
Sebeth' indod' endala kangaka ikhalel'umawayo
Tha bafwethu ngek' ni-understand
Ndod' endala kangaka ikhalel'umawayo
Tha bafwethu ngek' ni-understand








