Originaltext
Englisch
Übersetzung
Zulu
I'd Like
Ngingathanda
Ungenzenjani uma ngikuqabula?
Uzokwenzani uma ngikubamba ngesandla ngikulalise?
Ungakwazi ukungithola ngijwayele kakhulu kuwe?
Ungangibiza ngokunganaki, uthi ngifanelwe ukufa?
Kufanele ngenzenjani njengoba yonke le mizwa ingidabula ngaphakathi?
Ngenzenjani ngawo wonke lamahora amoshayo ngiphupha mina nawe?
Ngingathanda ukukufonela ngesinye isikhathi...
Ubungenzenjani ukube ubulazi iqiniso?
Oh ungenzenjani uma ngikutshela indaba yempilo yami?
Ungakwazi ukungithola ngijwayele kakhulu kuwe?
Ungangibiza ngiluhlaza, ungilahlele eceleni ezinyonini?
Ngenzenjani ngayo yonke lemizwa ebuyela ngaphakathi?
Ngenzenjani ngawo wonke lamahora amoshayo ngiphupha mina nawe?
Ngingathanda ukukufonela ngesinye isikhathi
Ngingathanda ukuthi ungidinga kanye
Ngingathanda ukukufonela ngesinye isikhathi
Ungenzenjani uma ngikuqabula?
Uzokwenzani uma ngikubamba ngesandla ngikulalise?
Uyabona ukuthi kuyisidingo ekade ngisilwela?
Uyabona ukuthi indlala kuphela engakwanelisa?
Ngenzenjani ngayo yonke lemizwa engifudumeza ngaphakathi?
Ngenzenjani ngawo wonke lamahora ayigugu ngiphupha mina nawe?
Ngingathanda ukukufonela ngesinye isikhathi
Ngingathanda ukuthi ungidinga kanye
Ngingathanda ukuba nawe ngaso sonke isikhathi
Oh ngicela ukukufonela...

Give a shoutout to Mitwaly